Kule nyanga kuhlangana ncimishi iminyaka engama-90 kwazalwa iciko lakuleli eselihambele amazwe ngamazwe ngesiphiwo esingandele bani…...
Ubalwa nabaculi abambalwa abadala abasadla anhlamvana ezweni kungakuhle anikwe ukuhlonipha okumfanele singakhali engasekho ithuba kade sinalo.
Asemenyezelwe amajaji azohlunga izintokazi uzime ku-Miss South Africa
Kukhona abathi lesinqumo singadala ukudideka isiqiwi sihlehlelwe zikhuni.
Uhamba phambili kosaziwayo okukhulunywa ngabo kakhulu e-Africa uSweet Guluva.
Kunzima ukukholwa ukuthi sekuphele amashumi amabili eminyaka uSimphiwe Dana ahlaba umxhwele isizwe nge-albhamu yakhe yokuqala…...
Ngemuva kweminyaka engaphezu kwamashumi amane ekwezeshashalazi, usabheke phambili.
Bandla lakwethu ngicela ke sibhekisane lapha ngoba enhle ithungelwa ebandla ofisa ukuya phambili empilweni ngokucophelela…
Bandla eliphakathi nakhu sekushayeke ibuya lapha exhibeni lakwethu phela ekhaya akuvaleliswa, yingakho noma sekuphele konke…...
Umhleli we-UFWME ugqugquzela eyokufukulwa kwamaciko asafufusa emalokishini nasezindaweni zasemakhaya.
Ungomunye wamaciko ahlonishwayo kuleli kanti igama lakhe alisali uma kukhulunywa ngabasiki bengqephu abavelele emhlabeni yize…...
Yize abaculi namaciko amaningi aseZimbabwe alifulathela izwe emuva kombhedukazwe owawuhambisana nokuhlukunyezwa kuboshwe bonke ababephikisana noHulumeni…...
Minyaka yonke ngoNhlangulana eZimbabwe kubanjwa umgidi wamaciko namasiko nalapho kusuke kuqhakanjiswa khona ukuzigqaja ngobu-Afrika nokubungaza…...
Bazobe beqhilika izihlathi omama edilini lomculo elizoba seBotanic Gardens, eThekwini ngesonto zili-12 kwephezulu.
Abalandeli bezikaqedisizungu basathukile ngokudlula emhlabeni komlingisi uMpho Sebeng obeneminyaka engama-31.
Selokhu kwathi nhlo izinwele kwaboHlanga zixoxa indaba yomuntu, umphakathi nesizwe “Ungawasusi amaqhakuva ezinweleni zakho! Wasuse…...
Okubonayo izithombe ezingenamibala ngaphandle komnyama nomhlophe. Kuzo kunobuso noma umzimba wowesifazane waboHlanga. Kwesinye umbona ezisonte…...
Kusaseyinselelo enkulu kumaciko amaningi ukubeka amanani emisebenzi yawo, ukuzakhela igama, ukusebenzisana nezinkampani ezinkulu nokusayina izivumelwano ezizozuzisa wona isikhathi eside.