Onethemba lokuba ngumengameli waseNigeria, u-Atiku Abubakar, uthe uzoletha ukuthula nobumbano ezweni futhi athuthukise ingcebo yezomnotho njengoba ebeqeda uhambo lokukhankasa kwakhe.
Amalungu eSishayamthetho sesifundazwe othe iNdlulamithi kuvulwa iSishayamthetho eMgungundlovu izolo. Umcimbi ubuthanyelwe nangu Ndunankulu kaZulu, iNkosi…...
Abatakuli basebenze ubusuku bonke behlenga abantu ngaphansi kwemfucumfucu ezinsukwini eziyisishiyagalombili ngemva kokuzamazama komhlaba eTurkey. Edolobheni…...
OwayenguMengameli wasePakistan uPervez Musharraf ushone ngeSonto kulandela ukugula isikhathi eside esibhedlela eDubai, ngemuva kweminyaka esekudingisweni.…...
UNgqongqoshe Wezangaphandle we-European Union uJosep Borrell usamile ekutheni nakuba iNingizimu Afrika isalokhu ibambisene ne-EU ikhululekile ukukhetha uhlangothi odabeni lwempi ese-Ukraine. UBorrell useNingizimu Afrika futhi uhlangane nozakwabo, uNaledi Pandor, kuleli sonto eledlule
UBaba uThomas Isidore Noël Sankara wayeyisikhulu samasosha saseBurkinabé futhi wayengumholi wamavukelambuso owayesebenza njengoMongameli waseBurkina Faso…...
OwayenguNdunankulu waseKenya, uRaila Odinga, uphusha kanzima efuna kwethulwe isikhwama sokutshala imali e-Afrika ukuze kuqinisekise ukuthi…...
UBaba uPatrice Emery Lumumba wazalwa zi-2 kuNtulikazi kowe-1925 wayengusopolitiki waseCongo futhi engumholi wenkululeko owasebenza njengoNdunankulu…...
INkantolo Ephakeme yaseBrazil ivumile ngoLwesihlanu ukuthi ivule uphenyo ngowayenguMengameli uJair Bolsonaro ngezinsolo zokukhuthaza imibhikisho emelene…...
Owayengumholi eSudan oboshiwe u-Omar al-Bashir ungeniswe esibhedlela, kusho ummeli wakhe ngeSonto. U-Hashim Abu-Bakr akacacisanga ukuthi…...
Inhlangano ebhekele inkohlakalo yaseMalawi ibophe iPhini likaMengameli wezwe uSaulos Klaus Chilima ngezinsolo zokukhwabanisa kulandela uphenyo…...
Izolo umhlaba wonke ubugubha usuku lokuqwashisa ngengculazi iWorld Aids Day ngaphansi kwesiqubulo esithi, Linganisa. Lesi…...
UNancy Pelosi uqeda umsebenzi omude wobuholi beCongress lapho engowesifazane wokuqala osebenze esikhundleni esinamandla sikaSomlomo we-US…...
Inkantolo yaseKenya ivumele isicelo sabashushisi bomphakathi sokuthi kuhoxiswe icala lenkohlakalo lika-7.4 billion ($60 million) elibekwe…...
UNdunankulu waseJalimane u-Olaf Scholz, ogxekwe kakhulu ngohambo oluya eBeijing kuleli sonto, uthe ngoMgqibelo isitatimende sakhe…...
Umholi waseBrazil uLuiz Inacio Lula da Silva wehlule uMengameli uJair Bolsonaro okhethweni lwangwesonto eledlule, INkantolo…...
UNdunankulu waseLesotho uMoeketsi Majoro wesulile esikhundleni.
Ubaba uSamora Moisés Machel wazalwa zingama-29 kuMandulo kowe-1933. Wayengumkhuzi wamasosha waseMozambique kanye nomholi wezepolitiki. Wayelandela…...
UMengameli wase-Austria u-Alexander Van der Bellen uthole ihlandla lesibili leminyaka eyisithupha eHhovisi ngokuwina amavoti angaphezu…...
UMnu uFelix Moumie wayengumholi wenkululeko waseCameroon, odume kakhulu ngokuthi iLumumba yaseCameroon ngeqhaza lakhe ekulweleni inkululeko…...
INkosi uMansa Musa wayeyi-mansa yesishiyagalolunye yoMbuso WaseMali, owafinyelela esicongweni sawo ngesikhathi sokubusa kwakhe. UMusa waziwa…...
IChad yamukele isinqumo esihlehlisa ukhetho lwentando yeningi ngeminyaka emibili futhi esivumele umholi wesikhashana uMahamat Idriss…...
UMnu uLéopold Sédar Senghor wazalwa ziyisi-9 kuMfumfu we-1906 wayeyimbongi yaseSenegal, usopolitiki kanye nesazi sezamasiko. Waba…...
Osolwa ngokuba yilungu eliphezulu leqembu le“Seleka” eCentral African Republic, uMahamat Said Abdel Kani, uwaphikile amacala…...