Uzibophezele isibili esizweni
by Anathi Mtaka
September 8, 2023
Anathi Mtaka
UMtaka ungumbhali wezindaba zamazwe neMeneja kwi-Igunundu Agency.
UMengameli u-Emmerson Mnangagwa usethembise
ukuthi uzosebenzela izakhamuzi zaseZimbabwe zonke ukuze aqhubekisele phambili intuthuko kuleliyalizwe. Wethule inkulumo yakhe emcimbini wokugcotshwa kwakhe njengoMengameli enhlokodolobha iHarare. Umholi weqembu eliphikisayo iCitizens Coalition for Change uMnu uNelson Chamisa uyiphikisile imiphumela yalolukhetho futhi kabonakalanga kumcimbi wokugcotshwa kaMnangangwa. UMnangagwa uthe uyabonga ukuthi uthole elinye ithuba lokuba ngumengameli waleliyalizwe ulodumo ngokuphiwa elinye ithuba lokuba ngumkhokheli.