Enye yezinto eziwubufakazi bokuthi aboHlanga babenobuhlakani babo ngamagama angumsinsi ababiza nabaqamba ngayo izinto. La magama…
Kwasuka sukela.Kwakukhona ugogo nonogwaja. Ngelinye ilanga unogwaja wavakashela ugogo. Wathi kugogo abadlale umaphekaphekane. Nangempela kwaqala…
Inyanga esikuyona nebizwa ngoNhlolanja ingemqoka kakhulu uma kukhulunywa ngomlando waboHlanga. Uyakhumbula sifundisana ukuthi uma sikhuluma…
Bangaki abakhumbulayo ukuthi sebekhuzwe kangaki ukuthi abavale umpompi? Uke uzibuze ukuthi kungani abadala behlale besikhuza…
Amakhadi ezilokotho aqala ukuthunyelwa eminyakeni elikhulu edule ngesikhathi ukuthumela ngeposi kuseyidumela. Manje sesithumela amakhadi osuku…
Kula masonto edlule sikhulume ngezinto ezimqoka. Siqale sakhuluma ngomndeni wabeNguni kanye naboHlanga. Sabuye sakhuluma ngobumqoka…
Igama elithi amalungelo livamile ukuba kukhulunywe ngalo ekhaya, esikoleni nasemphakathini. Leli gama lisho lokho okumele…
Sawubona, ngethemba ukujabulele ukufunda ushicilelo lwethu lokuqala ngesonto eledlule. Ukuthi ukwazile ukufunda iphephandaba nabangani bakho…
Nakhu ozokudinga:– Amakhasimbaxa ali-12 kamagazine– Sticky tape Isinamathelisi ithephu Goqa ikhasimbaxa libe uhhafu ngobude balo.…
Njengakuzo zonke izizwe uNkulunkulu wabela aboHlanga umhlaba ukuze bafuye, badle futhi baphile.
Ekuqaleni abantu babebala ngeminwe. Ngenxa yokuthi babeneminwe elishumi babebala izinto kugcine eshumini.
Ugogo uhlale ekugcizelela ukuthi mina ngingumzukulu wamaqhawe, esilisa nawesifazane. Uthi la maqhawe aphila futhi asaphila kimi ngisho ngingawaboni.