Ukufudukela kwakhe eNingizimu Afrika phakathi kweminyaka yama-80’s akubanga yiphutha ngoba ngaleso sikhathi base bebaningi kakhulu abantu baseMalawi abebekuleli.
Igama asedume ngalo umhlaba wonke akubanga lula ukulithola kwazise wayesedlule ezimweni ezinzima zempilo.
Njengoba kulezi zinsuku iNigeria igubuzelwe yifu elimnyama lodlame, imibhikisho ehambisana nokufa kwabantu emuva kokhetho lukaMengameli, abantu bakuleli lizwe bakhumbule inkakha yomculi eseyalala uSonny Okosun.
UJonathan Paul Clegg, wazalwa ziyisi-7 kuNhlangulana kowe-1953 wayengumculi waseNingizimu Afrika, umculi-umbhali wezingoma, umdansi, isazi semvelaphi…...
Ukucula ngezilimi ezihlukene zesintu zezwe azalelwa kulo iMozambique ngenye yezinto ezenza umculo wakhe ungene ugxile kubantu.
Ubalwa nemizwilili yomhlaba eqokelwe ukunandisa emcimbini omkhulu wokubekwa ngokusemthethweni kweNkosi yamaNgisi ngoMbasa uPretty Nyende
Ekukhuleni kwakhe wayefisa ukuba nguthisha, umculo kwaba yinto angena kuyo ngoba eselahlela kanti yilapho ubizo lwakhe lukhona.
Ziyofa izinsizwa kuyosala izibongo. Lesi sisho sivamise ukuzwakala uma kuhambe iqhawe eliyibekile induku ebandla. Inkanka yeciko elalingumculi laseZambia uPaul Ngozi lingena khaxa kuso.
Ngonyaka we-2004 wahlonishwa ngendondo iGrammy nge-albhamu yakhe esihloko sithi Voz d’Amor.
Ezweni azalelwa kulo iZimbabwe waziwa njengendlovukazi yembira. Leli yiciko uStella Rambisai Chiweshe, owazalwa ngoNtulikazi we-1946 endaweni esemakhaya iMhondoro esifundazweni iMashonaland.
Ukusebenzisana kwabasiki bengqephu abazimele kanye nezitolo ezinkulu sekuyinto ejwayelekile kulezi zinsuku. Ngaphambilini izitolo ezinkulu zazikujivaza…...