USol uNxumalo ngungoti wolimi nomhlali wezincwadi ezahlukene.
INdlunkulu, abasebenza noMntwana uThibela nabangani bakhe bafele phakathi bengakwazi nokuyophosa itshe ngenxa yokhuvethe olungathi lwehlula…...
Lapho eyini umuntu? Ungumphumela wobuntu obusuka komunye kuzaleke obunye? Ungumphumela wemfihlo emthokomalisayo imondle imsingathe esezulwini…...
Kuleli binzana ababhali balanda ngezigigaba ezandulela ukufika kweSILO uZwelithini kaBhekuzulu emhlabeni UMagasela, owayewugalagala lomthandazi, wathi…...
Ngabe kungcono ukuba kukhona amagama akhiyelwayo kuthiwe ayosetshenziswa kuphela uma sekukhulunywa ngobani nobani. Kwakuyoshiwo lokho…...
Ngiyalazi ilanga malintwela Ngiyalibuka lishanel’ ubumnyama Libingelelwa zintaba namathombonkala Limoyizelelwa ngamafu elidedela Lifilizelwe zinkanyezi zilidedela…...
Bathi umhlaba kawunoni, beqondise emhlabathini, wona ungumaminzela. Thina sithi lo mhlaba esihamba kuwo uyanona ngezinsizwa…...
Emveni kokukhuluma ngokuvelela kokwethiwa kwamagama abantu nokwendalo jikelele ngesiZulu emsakazweni iZululand FM kulawa masonto edlule…...
UNGABA nezimpazamo, ube nelukuluku, uthukuthele nokuthukuthela, kodwa uze ungalibali yikuthi impilo yakho ingumshikashika omkhulukazi onokuba…...
NGEKE sisikhihle ngawe ngoba sophikiswa ngamahlamvu ahlabelela engathuli kungathi umoya uwasondeze emlonyeni wawo njengesitolotolo. NGEKE…...