Umlando mayelana nobudlelwane bezwekazi I-Afrika, naboHlanga bonkana kanye namazwe aseNyakatho uqukethe izigameko eziningi okumele zingakhohlwa…...
Akazange adikize nqulu ngokwakumvelela ehlushwa, eboshwa, edingiswa Langa laseBhizana elakhanya ebumnyameni kwalasha, Umlando owaqoshwa ngothando, Umgqilazi wabaphathi…...
Mhla zintathu kuNhlolanja 1989 kwenye yezincwadi eziningi esasibhalelana zona, uMnuz uNelson Mandela wangibhalela wathi: “Empilweni…...
Inkulumo yesilungu ethi ngale kowesilisa ophumelelayo kukhona owesifazane iba yiqiniso uma ufunda umlando wabantu besifazane…...
Umhlangano wakuleli sonto ungase ube yisiqalo sekhasi elisha ophikweni lwentsha lukaKhongolose.