Lubuyela enkantolo elikaMabe
by Anathi Mtaka
July 7, 2025
Anathi Mtaka
UMtaka ungumbhali wezindaba zamazwe neMeneja kwi-Igunundu Agency.
Icala lokukhwabanisa, elokweba kanye nelokushushumbisa imali elibhekene nalowo owayengumkhulumeli we-ANC kuzwelonke, uPule Mabe, kanye nasolwa nabo abayisithupha lizobuyela enkantolo yaseGoli, ePalm Ridge, eKurhuleni.
