IRandi livule lixhugela lavala selithe ukuba namandla



USolwazi uDumisa ungungoti Wezomnotho noMthetho noMmeli waseMajajini.
UMsombuluko
IRandi livuleke lintekenteke kakhulu ngo-R17.16/US$ uma liqhathaniswa nedola laseMelika, uma liqhathaniswa nezinga lokuvulwa kwangoLwesihlanu olwedlule elingu-16.98. IRandi livuleke lintekenteke kakhulu ngo-R20.68/UK£ uma liqhathaniswa ne-UK Pound Sterling, iGreat Britain Pound (GBP), uPondo, uma kuqhathaniswa nezinga lokuvulwa kwangoLwesihlanu olwedlule lika-20.58. IRandi livuleke libuthakathaka kakhulu ngo-R17.77/€ uma liqhathaniswa ne-Euro ye-European Union, uma kuqhathaniswa nezinga lokuvulwa kwangoLwesihlanu olwedlule lika-17.70.
ULwesibili
IRandi livuleke ngamandla ngo-R17.10/US$ uma liqhathaniswa nedola laseMelika, uma liqhathaniswa nezinga lokuvulwa kwayizolo elingu-17.16. IRandi livuleke ngamandla ngo-R20.52/UK£ uma liqhathaniswa ne-UK Pound Sterling, iGreat Britain Pound (GBP), uPondo, uma kuqhathaniswa nezinga lokuvula layizolo lika-20.68. IRandi livuleke ngamandla ngo-R17.75/€ uma liqhathaniswa ne-Euro ye-European Union, uma kuqhathaniswa nezinga layizolo lokuvula elingu-17.77.
ULwesithathu
IRandi livuleke ngamandla ngo-R16.98/US$ uma liqhathaniswa nedola laseMelika, kwathi ngokuhamba kwesikhathi laqina lafinyelela ku-16.96, uma liqhathaniswa nezinga lokuvulwa kwayizolo elingu-17.10. IRandi livuleke ngamandla ngo-R20.36/UK£ uma liqhathaniswa ne-UK Pound Sterling, iGreat Britain Pound (GBP), uPondo, futhi kamuva laqina nakakhulu lafinyelela ku-20.29, uma liqhathaniswa nezinga lokuvula layizolo lika-20.52. IRandi livuleke ngamandla ngo-R17.58/€ uma liqhathaniswa ne-Euro ye-European Union, futhi kamuva laqina nakakhulu lafinyelela ku-17.56, uma liqhathaniswa nezinga lokuvulwa kwayizolo lika-17.75.
ULwesine
IRandi livuleke lintekenteke kakhulu ngo-R17.23/US$, uma liqhathaniswa nezinga elimangalisayo lokuvula layizolo elingu-16.98. IRandi livuleke lintekenteke kakhulu ngo-R20.72/UK£ uma liqhathaniswa ne-UK Pound Sterling, iGreat Britain Pound (GBP), uPondo, uma kuqhathaniswa nezinga lokuvulwa izolo elingu-20.36. IRandi livuleke lintekenteke kakhulu ngo-R17.88/€ uma liqhathaniswa ne-Euro ye-European Union, uma kuqhathaniswa nezinga layizolo lokuvula elingu-17.58.