Now Reading
Uwenza kanjani unodoli wamaphepha?
Dark Light

Uwenza kanjani unodoli wamaphepha?

Kunezindlela eziningi ongazisebenzisa ukwakha unodoli wamaphepha osebenza ngezandla ngesikhathi esifushane!

Nansi indlela elula yokwenza udoli ngamaphepha ngendlela ethokozisayo futhi enhle.

Lokhu ungakwenza ekhaya noma usekilasini esikoleni.

IZINTO ONGAZISEBENZISA

  • Iphepha elingenalutho elimhlophe 
  • Amapeni anombala

OKUNYE

  • Isikele
  • Iglue

Indlela ongayilandela

See Also

  • Sika iphepha libe yizikwele ezintathu
  • Fola uhlangothi olulodwa ngaphakathi.
  • Faka iglue ohlangothini olusengxenye bese uyawahlanganisa.
  • Fola uhlangothi olungaphezulu lube “sakhanda”
  • Fola ikhona eliphakathi nendawo lekhanda ngaphakathi.
  • Uma wenza upopayi wesilwane, fola amakhona ekhanda abheke phansi ohlangothini olungaphambili lukapopayi.

Uma wakha upopayi womuntu, fola amakhona aphezulu emaceleni  kapopayi. 

Uma wenza unogwaja, sika amadlebe komunye uphisi wephepha bese uwahlanganisa nge glue emuva kwamakhanda.

  • Ngokusebenzisa amapeni anemibala, hlonisa unodoli wakho: uma kuyisilwane esinamadlebe, amehlo, ikhala, izinzipho, umlomo nomsila. Uma kungumuntu onezinwele, amehlo, ikhala, umlomo, izandla, imilenze, lezi yizindlela ezilula ongazisebenzisa ngendlela othanda ngayo.
Scroll To Top