Ezekarati

Iligi yekarati izoba nezithelo ezinhle, yize zizoba khona izingqinamba – Shihan Gumede

Umakadebona kwikarati uShihan Bongani Gumede ukholelwa ukuthi iligi yalo mdlalo ezosungulwa maduze izoba nezithelo ezinhle.