Now Reading
Iligi yekarati izoba nezithelo ezinhle, yize zizoba khona izingqinamba – Shihan Gumede
Dark Light

Iligi yekarati izoba nezithelo ezinhle, yize zizoba khona izingqinamba – Shihan Gumede

Umakadebona kwikarati uShihan Bongani Gumede ukholelwa ukuthi iligi yalo mdlalo ezosungulwa maduze izoba nezithelo ezinhle, kodwa nezingqinamba bazibhekile.

UShihan Gumede onguMengameli weKwaZulu-Natal Karate Federation nophinde abe kwikomiti likazwelonke leKarate South Africa (KSA), ngesikhathi ekhuluma nelaboHlanga uthe ukusungula iligi into aneskhathi eside eyijulele ukuthi izohamba kanjani.

Kuzobe kungokokuqala emlandweni lapha eNingizimu Afrika, ukuthi kube nesifundazwe esineligi yekarati.

Kuzoqhudelana amaqembu e-full contact (uqinathambo) ezokwaziwa ngeMeichi Karate Premiership,

Scroll To Top