Dark Light

UNomanzi

Bayede News

LALELA : Ngabe iNingizimu Afrika isinababusi abasha? Esimweni esejwayelekile abantu bavotela iqembu ukuba libabuse nokho okuqaphelekayo eNingizimu Afrika namuhla wukuthi osekwehlule osopolitiki  namaqembu abo sekufezwa zinkantolo. Lokhu kungahle kusho ukuthi amandla evoti kawasasho lutho ukuya phambili. Lalela ukufundwa kwalo mbiko oshicilelwe kwelaboHlanga kuleli sonto.  Kufunda uMnu uMuzi Mthabela. 

Scroll To Top