NGIMANXEBANXEBA ZINSIZWA: USotobe ukhala ngokunyundelwa
by Anathi Mtaka
October 15, 2025
Anathi Mtaka
UMtaka ungumbhali wezindaba zamazwe neMeneja kwi-Igunundu Agency.
IPhini likaKhomishana wamaPhoyisa kuzwelonke elimisiwe uLieutenant-General Shadrack Sibiya uthi kunomkhankaso wokumnyundela ukuze angakwazi ukungenela isikhundla sokuba ngumphathi woKlebe noma uKhomishana wamaPhoyisa kuzwelonke uma kufika isikhathi
Usola ukuthi abathintekayo kulo mkhankaso kubalwa uKhomishana wamaPhoyisa kuzwelonke uGeneral Fannie Masemola noKhomishana wamaPhoyisa KwaZulu-Natal uLieutenant-General Nhlanhla Mkhwanazi.
