Now Reading
#UMsombulukoWesinqumo: Abe-ABC bathi amakhono nengqalasizinda yinhliziyo yentuthuko
Dark Light

#UMsombulukoWesinqumo: Abe-ABC bathi amakhono nengqalasizinda yinhliziyo yentuthuko

Igunundu Podcast

Ungusomabhizini ohlonishwayo. Ufike kwipolitiki yamaqembu wenza izimanga njengoba eke waqokwa njengemeya kamasipala. Lona nguMnu uPhilani Mavundla odume ngelika-PG. Kulolu ketho lohulumeni bendawo uMavundla uhola iqembu elisha i-Abantu Batho Congress (ABC).

Lapha uMtaka uxoxa nalomholi noveza lokho athi kuyizinkinga ezikhungethe omasipala kepha okumqoka uqhamuka nezixazululo nathi uma zamukeliwe kuyoba khona izinguquko ezimangalisanyo kohulumeni bendawo kuleli. Uthi isixazululo silele ekufakeni abantu abanamakhono kanye nokuthuthukisa ingqalasizinda kakhulukazi ezindaweni zakobantu, emakhaya nasemalokishini.

LALELA LAPHA:

Scroll To Top