Now Reading
Yingqwayingqwayi yeTheku u-Andries Botha kwezobuciko
Dark Light

Yingqwayingqwayi yeTheku u-Andries Botha kwezobuciko

Kubabazi nabaqophi abavelele eNingizimu Afrika iTheku lizigqaja ngomqophi osenze imisebenzi eminingi yezobuciko obuhlanganisa ukupendwa kwendwangu nokuqopha u-Andries Botha. Ezithombeni aziqophe kamuva naziwa ngazo kakhulu kukhona esezindlovu ezine ohlangabezana nazo ekungeneni kwedolobha iTheku. Esinye yileso esasusa umsindo esezinkomo esilaphaya uma ungena esikhumulweni sezindiza iKing Shaka enyakatho neTheku…

Scroll To Top