Now Reading
Lingawa licoshwe zinkukhu ngeke INkatha ibe qembulinye noKhongolose
Dark Light

Lingawa licoshwe zinkukhu ngeke INkatha ibe qembulinye noKhongolose

 

Ukhethwe ngo“elethu” engqungqutheleni yeqembu kwambuleka ikhasi elisha. Lona nguMnu uVelenkosini Hlabisa nonguMengameli wesibili we-Inkatha Freedom Party (IFP). Njengoba bekulindelekile isiqalile ukwelakanyana imibuzo ngokuthi uBulawayo uliyisaphi iqembu emuva kokuphathwa yindoda “ebinokwethenjwa” uMntwana waKwaPhindangene. Okubuye kwaba sengathi kudida  ukukhuluma wukuvela kwemibiko yokuthi ngaphansi kobuholi bukaHlabisa phezulu eqhulwini kunodaba lokubuyisana kwe-Inkatha noKhongolose. Kwabanye lokhu kubuye okwenzeka eZimbabwe phakathi kweqembu likaMnu uJousha Nkomo (ZAPU) nelikaMugabe (ZANUPF)  womabili ayesekwa kakhulu ngaboHlanga…

Loludaba lubekelwe ababhalisile ukuthola izindaba njalo. Ukubhalisela ukuthola izindaba njalo kukusiza ukuthi uthole uhlale uthola ingqikithi ngezihamba phambili

Scroll To Top