Imboni yobisi iyadinga ukubhekisiswa

Oct 4, 2019


nguLindani Dhlomo
UDhlomo ungungoti wezamabhizinisi nombhali wamabhuku ehlukene ngokwakhiwa nokuphathwa kwamabhizinisi
Ngelinye ilanga ngangihambele emajukujukwini ngiya kobona umsebenzi owawenziwa ngomunye wemifelandawonye yaboHlanga esasisebenzisana nayo. Kwakufuywe izinkomo ezazikhiqiza ubisi olwalulandwa nsuku zonke ngabenkampani yobisi yakwaNestle, eyaziwa ngemikhiqizo eyahlukahlukene evela obisini. Umsebenzi wawumiswe yizintombi ezazisezincane ngokweminyaka, ezazisanda kuphuma kwesinye sezikhungo zemfundo ephakeme. Yizo lezi zintokazi ezazisenga izinkomazi ngezikhathi ezihleliwe…
Loludaba lubekelwe ababhalisile ukuthola izindaba njalo. Ukubhalisela ukuthola izindaba njalo kukusiza ukuthi uthole uhlale uthola ingqikithi ngezihamba phambili