Namanje onkulunkulu basasilibele
UMfowakwaNomajalimane ungungoti wepolitiki nepolitiki yezomnotho. UnguMhleli Omkhulu noMshicileli weBayede.
Emuva kweminyaka eli-100 kaMandela aboHlanga bazibona besephandle kokuningi
“ONKULUNKULU banolaka, ulaka olukhulu kakhulu kwaba elokuphunduleka ukusinikeza imvulamehlo yokuthi esikhathini esicishe yiminyaka engamashumi amabili nanhlanu okomndeni okungamakhulu ezinkomo, ezimvu namahhashi kobe sekushabalele kuhle kofasimbe ekuseni. Ngabe basixwayisa ngokuthi amaNkisimane ayohlangana ngathi namaQadasi ukwenza ukuthi kube yisono uma aboHlanga bezifuyela izinkomo. Onkulunkulu ngabe basilungiselela kancane kancane ngalesi simanga.”
Lolu daba luyatholakala njengamanje kuBAYEDE ONLINE kuphela kulabo abane-akhawunti (subscription).
Uma une-akhawunti, sicela uqhafaze lapha. Uma ufisa ukuvula i-akhawunti, uthole konke okwethulelwa iBAYEDE ONLINE, qhafaza lapha.
Uma unenkinga noma umbuzo ungasithumela umlayezo ku sales@ingabadimedia.com, noma ungashaya ucingo emahhovisi eBAYEDE ku 031 765 6662 noma 031 765 3302 ngezikhathi zomsebenzi.[/box]