Ukhetho oluzayo nezinguquko ezinqala

by Bayede News
February 5, 2016

UHulumeni Wesifundazwe saKwaZulu-Natal usume ngomumo ukuba usingathe ukhetho lohulumeni bezindawo, nolulindeleke ukuba lubanjwe kuNhlaba noma kuNcwaba nonyaka.
UNgqongqoshe WezokuBusa NgokuBambisana NeziNdaba Zomdabu esifundazweni, uMhlonishwa uNomusa Dube-Ncube, nokunguMnyango ophethwe nguyena osingethe ukhetho esifundazweni ngokubambisana nabenhlangano ezimele ebhekelela ukhetho, i-Independent Electoral Commission, uqinisekisile ukuthi konke sekumi ngomumo.
Ukuze ufunde lonke udaba, thenga iphephandaba loHlanga namuhla.