Now Reading
INdlovukazi ikhotheme, impilo ende kwiNkosi
Dark Light

INdlovukazi ikhotheme, impilo ende kwiNkosi

Anathi Mtaka

Inkosi yaseBrithani uCharles III isayine isifungo phakathi nomcimbi wayo wokumenyezelwa ngokusemthethweni njengeNkosi yamaNgisi east James Palace eLondon. Inkosi uCharles III uba inkosi ngemva kokushona kukamama wakhe iNdlovukazi u-Elizabeth II ngoLwesine eneminyaka engama-96 ubudala. Ngokokuqala ngqa, i-Accession Council, okuyinhlangano eyaqala ngezikhathi ze-Anglo-Saxon, isakazwe kumabonakude. 

Scroll To Top