Now Reading
Ubuciko bokwenza isijikamoya
Dark Light

Ubuciko bokwenza isijikamoya

Ngabe usuphelelwe amasu azokujabulisa okwenza umsebenzi wezandla? Ngesikhathi seNtwasahlobo njengokwenza Isijikampya usebenzisa amapuleti ephepha.

Akuyona nje kuphela into emnandi ongayenza, kodwa kulula kakhulu. Kungekudala uzowuzwa lo muzwa.

Lokhu zikuthanda kakhulu izingane ngoba kunemibala eminingi esetshenziswayo. Uma uthanda umsebenzi wezandla onemibala, nalona uzowuthokozela!

Usenza kanjani Isijikamoya.

Izinto ozidingayo

See Also

  • Ipuleti lepghepha
  • Umbala oluhlaza, oluhlaza okwesibhakabhaka, ophuzi, ocwebezelayo
  • Ibhrashi lokupenda
  •  Iroli lephepha

  Umbala obomvu, oluhlaza, oluhlaza okwesibhakabhaka, ophuzi osawolintshi

  •   Ipeni lomsizi
  •   IGlue yokunamathisela
  •   Isikele
  •   IMilton
  •   Ipeni elimnyama 
  •   Ibhrashi lokupenda

Landela isigaba ngesigaba

  •   Penda ingaphezulu lepepaper plate libe luhlaza okwesibhakabhaka.
  •   Uzophindaupende nangaphansi libe luhlaza okwesibhakabhaka.
  •   Upende uwufake ungesabi wenze sakuwuninda!
  •   Kwiroli, sika uphisi wephepha eliluhlaza bese ufaka iglue.
  •   Sebenzisa iglue ukwenza isiqiniseko sokuthi kuyanamathela.
  •   Ibambe uyiqinise wenze isiqiniseko sokuthi iyanamathela!
  •   Ephepheni elibomvu bhala okusandingiliza, kusike, kusike kumise okwefaneli bese ufaka iglue ngaphezulu kwiroli.
  •   Kumbala okhilimu wephepha, dweba isondo lewindmill, lisike bese ulifaka kwiroli.
  •   Qala ukudweba iwindmill.
  •   Sika ingxenye yewindmill.
  •   Vula imbobo encane kwitoilet paper elihluza.
  •   Sika kancane kwiwindmill.
  •   Okwenzayo ukuthatha ingxenye yephepha bese ulibeka kwiwindmill.
  •   Uzoqhubeka wenze njalo kodwa ubeka ephepheni eliluhlaza letoilet paper.
  •   Qinisekisa ukuthi itoilet paper ibambelele kahle.
  •   Dweba isicabha kwiwindmill.
  •   Dweba iwindi kwiroli ngepeni elimnyama bese ufaka iglue kwipaper plate.
  •   Thatha uphisi wokusandilinga okusike ekuqaleni. Faka iglue ngasezansi.
  •   Faka iglue kokusandilinga wenze okumise okophahla okuzohlangana newindmill.
  •   Kuzodingeka ufake iglue emachosheni endilinga ukuze uphahla luhlale.
  •   Cindezela kakhulu ukuqinisekisa ukuthi uphahla luhleli.
  •   Sika amaphepha amade ephepha eliluhlaza.
  •   Fola kube ngohhafu.
  •   Qhubeka usike emachosheni.
  •   Sika isiqeshana sotshani izingxenye ezimbili.
  •   Umbala ophuzi, obomvu, nosawolintshi, dweba kuyona imbali encane sika bese uyanamathisela eduze kwewindmill.
  •   Thatha ucweshana lwephepha eliluhlaza olisike ekuqaleni.
  •   Sika kancane otshanini.
  •   Hlanganisa izimbali notshani.
  •   Ungayishintsha imibala ukwenza ngendlela oyithandayo.
  •   Manje usuzoqala uhlanganise yonke into.
  •   Sebenzisa iglue ukuhlanganisa iwindmill yonke ephepheni.
  •   Penda ilanga elincane ekhoneni lombala ophuzi.
Scroll To Top