Akamuhle: Welashelwa eSpain owayehola i-Angola

by Anathi Mtaka
July 1, 2022

Isithombe: ©GTRESONLINE

Anathi Mtaka
UMtaka ungumbhali wezindaba zamazwe neMeneja kwi-Igunundu Agency.
OwayenguMengameli wase-Angola uJose Eduardo dos Santos, owabusa leli lizwe elingumkhiqizi kawoyela wesibili ngobukhulu e-Afrika iminyaka engamashumi amane, usesikhungweni sezempilo eBarcelona, kubike abezindaba zasePortugal iLusa, ecaphuna umthombo osondelene naye. UHulumeni wase-Angola akazange aphendule esicelweni sakhe sokuphawula ngoLwesihlanu, kodwa ekhasini lakhe leFacebook uthe lo mholi uke wabhekana nesimo sokufadalala kweempilo yakhe. UDos Santos, oneminyaka engama-79, ubethola ukwelashwa kusukela ngowezi-2019.