Now Reading
Kukhona okudla amantshontsho eMnyangweni
Dark Light

Kukhona okudla amantshontsho eMnyangweni

Umbiko woMcwaningimabhuku Omkhulu uveza okushaqisayo ngezikhulu kanye nokuxhaswa kwezinkampani ezithize

 

KUBONAKALA upelepele uvuka ogqokweni odabeni oluthinta uMbiko woMcwangimabhuku oMkhulu ngokungasetshenziswa kahle kwezimali kanye nenkombankombane ezikhulwini eziphezulu eMnyangweni Wezobuciko Namasiko KwaZulu-Natal. Ngokombiko owaziwa ngeManagement Report KwaZulu-Natal Department of Arts and Culture okhishwe ngomhla zingama-31 kuNdasa 2015 kukhona lapho umnyango ungahambisanga kahle khona ngokwezimali. UMbiko phakathi kokunye usola ukungalandelwa kwenqubomgomo kahulumeni eyelusa ukuphathwa kwezimali iPublic Finance Manamenegt Act (PFMA).

Ukuze ufunde lonke udaba, thenga iphephandaba loHlanga namuhla.

Scroll To Top