Now Reading
Uzibizele ulaka: Kugxekwa isikhulu ngenkulumo ecwasa abesifazane
Dark Light

Uzibizele ulaka: Kugxekwa isikhulu ngenkulumo ecwasa abesifazane

Anathi Mtaka

UMnu uYoshiro Mori, onguMengameli wekomiti elihlela imdlalo yama-Olympic eTokyo, kulindeleke ukuthi ashiye phansi isikhundla sakhe ngemuva kokubhekana nokugxekwa okuningi ngenxa yenkulumo yakhe eyayiphathelene nobulili.

Le nkulumo kaMori oke waba nguNdunankulu waleli zwe, idale umsindo emhlanganweni webhodi lekomidi lamaOlympic wakamuva.

Scroll To Top