Now Reading
Umafa avuke: Uhlela kubuyela ezweni lakhe owadliswa ushevu
Dark Light

Umafa avuke: Uhlela kubuyela ezweni lakhe owadliswa ushevu

Umholi weqembu eliphikisayo eRussia uMnu u-Alexey Navalny usememezele ukuthi uhlela ukubuyela kuleli zwe ngemuva kokululama edliswe ushevu. Kuleli sonto iziphathimandla zamajele eRussia zihambise isicelo enkantolo sokuthi esikhundleni sokuthi isigwebo sikaNavalny simiswe kufanele anikezwe esokubhadla ejele. UNavalny wadliswa ushevu ngoNcwaba wonyaka odlule lapho okwasolwa khona uHulumeni wezwe okuphikayo lokho.

Scroll To Top