Ubunzima bosizi olubhekene nabantu abahlala emijondolo lenze ukuthi loMbutho wabo ube nochungechunge lemihlangano yokubhunga ngokujulile…...
Uhulumeni wakithi wayihumusha ngokungeyikho imigomo yeNhlangano yeZizwe ngowe-2007 uthi kwakusho ukuthi kufanele kuqedwe ngemijondolo.
Kubalulekile ukuthi abantu baseNingizimu Afrika bafunde futhi baqonde kabanzi ngomlando wemijondolo. Umjondolo isakhiwo esakhiwe endaweni…...