UThompson unguMengameli wenyunyana yothisha iNatu.
Udaba lokuvulwa nokuvalwa kwezikole wudaba olusezinhliziyweni zabobonke abantu baseNingizimu Afrika abasebenzayo nabangasebenzi, abadla izambane likampondo…...
Lena idinga ukusukunyelwa ngokubambisana othisha, abazali namalungu omphakathi kuphoqwe uMnyango noHulumeni