Ezase-Middle East

Zombili izinhlangothi zisenkingeni eGaza

Le mpi eqale ngonyaka owedlule mhla ziyisi-7 kuMfumfu ngesikhathi izihonga zabasePalestina iHamas zigasela kwa-Israeli zabulala zaphinda zathumba nabantu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ngabe abakwabo baqala ukuzihlangula kuNetanyahu ngempi eseGaza

Ilungu leKhabhinethi yezempi yakwa-Israel uBenny Gantz licele ukuthi kube nokhetho lukazwelonke ngoMandulo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UZelenskiy uthi umhlaba kumele wenze umthetho womhlaba ozosebenza

UMengameli wase-Ukraine uVolodymyr Zelenskiy unxuse abaholi bomhlaba ngoLwesithathu ukuthi benze umyalelo wamazwe ngamazwe osekelwe emithethweni "uphinde usebenze" ngokumelana nokusebenzisa amandla kweRussia.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ngabe ungumashikizela ashiye impi yakhe owasePalestine

UNdunankulu wasePalestine uMohammad Shtayyeh uthe ngoMsombuluko uyasula ukuze avumele ukwakhiwa kokuvumelana okubanzi phakathi kwamaPalestine ngamalungiselelo ezepolitiki kulandela impi yakwa-Israeli neHamas eGaza.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
I-Ukraine ingase imeme iRussia kweyokuthula

I-Ukraine kanye nabalingani bayo bakwamanye amazwe bangamema iRussia engqungqutheleni yesikhathi esizayo yokuthula ukuze kuxoxwe ngokuphela kokuhlasela kweMoscow okuneminyaka emibili ubudala ngokwemibandela yeKyiv, kusho isikhulu esiphezulu sase-Ukraine ngeSonto.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
U-Israeli uqinisa ukuhlasela eRafah

U-Israeli ukhuphule ukuqhumisa kwamabhomu eRafah eningizimu yeGaza kwathi angaphezu kweshumi nambili amalungu omndeni owodwa abulawa ekuhlaselweni kwezomoya, kusho izakhamizi, njengoba uMnyango Wezempilo ePalestine ucekeleke phansi umemezele ukuthi bayizi-29 313 abashonile empini kuze kube manje.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
ULula da Silva noBlinken ngoqhekeko lwezikhulu ngolwaseGaza

Isikhulu esiphezulu sase-USA u-Antony Blinken uhlangane noMengameli uLuiz Inacio Lula da Silva ngoLwesithathu, phakathi kwengxabano yezikhulu ngemuva kokuthi umholi waseBrazil efanise impi yakwa-Israyeli eGaza nokuqothulwa kohlanga lwamaNazi phakathi neMpi Yomhlaba Yesibili.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UPapa unxusa ukuthi kuphele impi eSudan

UPapa uFrancis unxuse amaqembu alwayo eSudan ngeSonto ukuthi aqede ukungqubuzana kwezinyanga eziyishumi osekuholele ekutheni izigidi zisale dengwane futhi zikhiphe izexwayiso zendlala.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
AmaGibhithe achitha izinsolo zokubandakanyeka ekuthutheni abantu

I-Egypt iziphikile ngokuphelele izinsolo zokubamba iqhaza kunoma yiluphi uhlelo oluthinta ukuxoshwa kwabantu basePalestine eGaza Strip beyongena eSinai Peninsula, kusho abeState Information Service (SIS) bakuleliya lizwe ngoLwesihlanu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ngaphandle kwenganono sekukapake nezifo eGaza

Baningi abantu abangabulawa yizifo kwiGaza Strip kunokuqhuma kwamabhomu kulendawo uma uhlelo lwezempilo lungalungiswa, kusho okhulumela iWorld Health Organisation ngoLwesibili.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Hleze kuqubuke abanye ababaleki ngenxa yempi eSudan

I-United Nations Refugee Agency (UNHCR) manje isixwayisa ngokuthi abantu abangaphezu kwezi-800 000 bangase babaleke eSudan ngenxa yempi eqhubekayo phakathi kwamaqembu amabili amasosha njengoba uNobhala Jikelele ethumele iNhloko yakhe yosizo kulesi sifunda ngempelasonto.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UPutin uzoqinisa ubuhlobo neBelarus ngokuyivikela ezitheni

U-Alexander Lukashenko, uMengameli waseBelarus, utshele uNgqongqoshe wezokuvikela waseRussia ngoMsombuluko ukuthi ufuna iziqinisekiso zokuthi iMoscow izolivikela izwe lakhe uma lihlaselwa, kubika abezindaba zeBelTA ezingaphansi kukahulumeni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IMelika ibona uXi Jinping ezohlomisa iRussia ngasese

UMengameli waseChina uXi Jinping uhlela ukuvakashela eRussia maduze-nje ngesonto elizayo, kusho abantu abajwayelene nalolu daba ngoMsombuluko, kanti iMoscow neKyiv bobabili babike ukulwa okushubile empini eyachitha igazi eliningi esedolobheni elisempumalanga iBakhmut.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ayashabalala amathemba ngokuphela kwempi e-Ukraine

UNgqongqoshe Wezokuvikela e-Ukraine uthe amathangi amasha anikezwe amazwe eNATO azosebenza “njengesibhakela sensimbi” lapho iKyiv izowasebenzisa ukunqamula  imigqa yokuzivikela yaseRussia.

UMnu u-Oleksii Reznikov, utshele isithangami sezindaba nozakwabo wasePoland ukuthi izimpahla zaseNtshonalanga zezibhamu ezili-155 mm zibalulekile.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Amazwe ama-Arabhu aseziphendule abadlali abamqoka

Indebe Yomhlaba eQatar ikhangise ngobuhle, ingcebo nesiko lamasulumane nokuhleleka kohulumeni bama-Arabhu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Udaba lwase Afghanistan luhlanganise inkukhu nempaka kwezombutho

Ngemuva kweminyaka engama-20 yempi, izikhulu zamasosha ase-USA nazo zinombono omfushane ngamaTaliban futhi zibona ubudlelwano baleli qembu ne-Al Qaeda.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isithole uNdunankulu omusha iLebanon

Usomabhizinisi ongusozigidi uMnu uNajib Mikati uqokwe njengoNdunankulu omusha ngoMsombuluko kulandela ukubambisana kwePhalamende noMengameli uMichel Aoun.…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isiqalile iyachaphazeleka iTurkey ngokwenzeka e-Afghanistan

Seziyaqala ukukhuphuka izibalo zabathutheleka eTurkey ababalekela ukuhlala ngaphansi kobuholi beqembu lophuma silwe iTaliban e-Afghanistan. Lokhu…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ingase ingenelelwe i-UN eyeGreece neTurkey eCyprus

ICyprus isinxuse uMkhandlu Wezokuphepha We-United Nations ukuthi ungenelele ngokudluliselwa kwengxenye yedolobha layo elingasogwini elihlukanisiwe layiswa…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isiphinde yabhixana phakathi kwe-European Union neHungary

UNdunankulu waseHungary uViktor Orban umemezele izinhlelo zokubiza inhlolovo ngomthetho weLesbian, Gay, Bisexual, Transgender and Queer…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Iqhubeka lapho eyayigcine khona eye-Iran ne-Israel

Uqala phansi umdonsiswano phakathi kwe-Israel ne-Iran. Lawa mazwe ayengahoshelani asenobuholi obusha ayengahoshelani phambilini. OwayenguNdunankulu wase-Israel…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
AbasePalestine sebeyawuphika uHulumeni kaMahmoud Abbas

Seziyisikhombisa izinsuku kubhikishwa ePalestine. Le mibhikisho ibhekiswe ebuholini bakuleli lizwe obuzinze eWest Bank iPalestine Authority…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Seziqalile izivivinyo kuHulumeni omusha wase-Israel

NgoLwesibili amakhulu abantu bakwa-Israel bamashele empulanganga yeJerusalem bephikisana ngabakubona ngokufunzwa ngenkani amaSulumane kulandela ukunqanyulwa kombuso…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isikapakela nasembuthweni wezempi eyezinkinga eLebanon

Kusukela ngezimpi zombango ne-Israel, ukuvikela uHulumeni waseSyria, ukuqhuma kwamabhomu nokuxokozela kwasekhaya abaseLebanon babheke umbutho wezempi…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here